Soul Brothers

Wawuvumelani


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu
Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba
Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu
Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba

Ngoba manje
Abantu bonke bangibon'ubulima
Ngoba manje
Abantu bonke bangibon'ubulima

Ngiyaziwashela
Futhi ngiyaziphekela
Kodwa wena ukhona

Ngiyaziwashela
Futhi ngiyaziphekela
Kodwa wena ukhona

Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu
Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba
Wawuvumelan'ukuthi sishade mntakwethu
Ngob'awukazideli zonk'izinto zomhlaba