
Wayalwa Kanjani?
Lamaphuth'angaka
Lelihlazo elinjena bo
Kulomuzi kababa
Lelihlazo elinjena
Lamaphuth'ngaka bo
Kulomuzi kababa
Kulomuzi wekhehla
Uqophisana nomamezala wakho
Kanti wayalwa kanjani, kini?
Uqophisana nobabezala wakho
Kanti wayalwa kanjani, kini?
Wena wathelwa ngenyongo la ekhaya
Uyakhohlw'ukuth'ungumakoti la ekhaya
Wena wathelwa ngenyongo la ekhaya
Uyakhohlw'ukuth'ungumakoti la ekhaya
Lamaphuth'ngaka
Lelihlaz'elinjena bo
Kulomuzi kababa
Lelihlaz'elinjena
Lamaphuth'angaka bo
Kulomuzi kababa
Kulomuzi wekhehla
Uqophisana nomamezala wakho
Kanti wayalwa kanjani, kini?
Uqophisana nobabezala wakho
Kanti wayalwa kanjani, kini?
Wena wathelwa ngenyongo la ekhaya
Uyakhohlw'ukuth'ungumakoti la ekhaya
Wena wathelwa ngenyongo la ekhaya
Uyakhohlw'ukuth'ungumakoti la ekhaya