Izintombi Zesi Manje Manje

Wen' Ongazi

Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Intombi ihlakaniphile
Ngisho nami ngiyisoka layo kang'yitholi
Iyangixaka bakithi

Ukuhlakanipha kwayo sek'yang'casula
Ngoba yonke int'ifun'ukuthi ngizwe ngayo
Kant'angeke ngikhone
Lokh'angeke kwenzeke

Angeke siwakh'umuzi mina naye
Angagcin'aseng'donsa ngebhesu
Int'engakaze ngiyibone kub'azalibambe iye

Angeke siwakh'umuzi mina naye
Angagcin'aseng'donsa ngebhesu
Int'engakaze ngiyibone kub'azalibambe iye

Angeke siwakh'umuzi mina naye
Angagcin'aseng'donsa ngebhesu
Int'engakaze ngiyibone kub'azalibambe iye

Intombi yam ihlakaniphile

The most viewed