Sabelo Mthembu

Woza Sthandwa


Print songSend correction to the songSend new songfacebooktwitterwhatsapp

Lomhlaba usanele sobabili
Sesingaze sihlupheke
Sivumel'uvalo lusilawule

Iminyaka iyasivumela sobabili
Yin'engase imosheke
Uma mina nawe siziphilela nje

Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Laph'uthando luya khona

Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Laph'uthando luya khona

Uthando kufanele siluthembe
Konk'okunye
Noma kungalandela kulungile

Yin'inindaba sizixakekisa ngemfuyo
Uma kuningi okufanele sikuphilele

Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Laph'uthando luya khona

Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwasihambe
Laph'uthando luya khona

Ngeke siphile
Ngezinga lezwe
Kubalulekile kakhulu
Ukuba sikhusel'uthando lwethu

Ngeke siphile
Ngaphandle kwalo
Emhlabeni wonke
Uthando ludlula konke

Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe

Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Woza sthandwa sihambe
Laph'uthando luya khona