Igama Lami
Hallo mntwana ngicel' ume lapho sikhulume
Hallo baby sondela nganeno
Hallo baby
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Hallo baby ngithi hallo baby
Ngithi hallo baby hallo baby
Ngiyakuthanda ngani yabantu
Ngiyakuthanda mntwan' omuntu
Ngicela ungithande nawe
Ngicela uthando kuwe mntwana
Ngizokunik' uthando ngeke ungikhohlwe mina mntwana
Ngizokunik' uthando ngeke ungikhohlwe mina mntwana
Uzakuhlangana nabanye ngeke ulikhohlwe elami igama
Uzakuhlangana nabanye ngeke ulikhohlwe elami igama
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ngicela ungithembe mntwana
Ngicela ungithande nawe
Angeke ngikuphoxe ngizokuthanda mntwana
Angeke ngikuphoxe ngizokuthanda ngane yabantu
Ngeke uzisole kimi
Ngeke uzisole ngami
Ngizokunik' uthando ngeke ungikhohlwe mntwana bantu
Ngizokunik' uthando ngeke ungikhohlwe wena sthandwa
Ngizokuthanda baby
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Uzongithanda nawe
Ngizokuthanda baby
Uzongithanda nawe
Uzolibiza elami igama
Mawulele mawulele mawulele mawulele
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ngicela unginik' ithuba
Ngicela unginik' iskhathi
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ngizokunik' uthando ngeke ungikhohlwe mina mntwana
Ngizokunik' uthando ngeke ungikhohlwe mina mntwana
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami
Ulibiz' igama lami ulibiz' igama lami