Mhlobo Wami
Ngiyakubona usukhathele manje
Namandla akho sengath'aphelile
Ithemba lakho liyashabalala
Umemezile kwangazwakala lutho
Okokusenqondweni yakho
Indlel'ozuphuma ngayo
Ubun'engath'isikhathi simile
Uding'usizo manje
Nant'ilizwi limemeza
Lith'ukusa kufikile
Likuqinisa ngaphakathi
Lith'ungesabi lutho
Nant'izwi limemeza
Lith'ukusa kufikile
Likuqinisa ngaphakathi
Lith'ungesabi lutho
Nant'izwi limemeza
Lith'ukusa kufikile
Likuqinisa ngaphakathi
Lith'ungesabi lutho
Nant'izwi limemeza
Lith'ukusa kufikile
Likuqinisa ngaphakathi
Lith'ungesabi lutho
(Awuwedwa nginawe mhlobo wami) Awuwedwa mhlobo wami
Wena ungangethemba
(Ungangethemba njalo) Njalo njalo mhlobo wami
Mhlobo wami
Wobamb'isandla sami
Aw wobamb'isandla sami
O wobamb'isandla sami
Ungesabi lutho
Ungesabi lutho
Uzungesabi lutho mhlobo wami
Nginawe njalo
Nginawe mhlobo wami
Nginawe mhlobo wami
Nginawe mhlobo wami
Ungesabi lutho
Uzungesabi lutho
Wen'ungesabi lutho
Uzungesabi lutho
Mhlobo wami mhlobo wami
Mhlobo wami mhlobo wami