Syathandana

Side lesikhathi sthandana mina nawe (mina nawe)
Masibhek'emuva ziningi nent'esidlule kuzo (esidlule kuzo)
Ngizimisel'uyazibonela nawe (bonela nawe)
Ayikho into engekh' ngikwenzele yona

Ungishelile, ngakuqoma, sathandana (ngakuqoma, sathandana)
Abadala k'mele bayazi leyo ndaba (k'mele bayazi leyo ndaba)
Ngizimisele uyazibonela nawe (bonela nawe)
Ayikh' int' engekh' ngikwenzele yona

Kodwa why kube nzima ukutshela abakini
Uyangithanda (ngifun'ukwazi)
Sthandwa why kube nzim'ukwazis'abakini
Usumtholile (umtholile)
Mina ngibatshelile
Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana

Kodwa why kube nzima ukutshela abakini (why kube nzima ukutshela abakini)
Uyangithanda (ngifun'ukwazi)
Sthandwa why kube nzim'ukwazis'abakini (why kube nzim'ukwazis'abakini)
Usumtholile (umtholile)
Mina ngibatshelile (Mina ngibatshelile)
Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana (Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana)

Ngenz'isinqumo ngenhliziyo yami
Angisabuyel'emuva never angeke (Angisabuyel'emuva never angeke)
Ngizimisele uyazibonela nawe (bonela nawe)
Ayikh'int' engekh' ngikwenzele yona

Kuyabanda ngaphandle ngen'enhliziyweni yami (Kuyabanda ngaphandle ngen'enhliziyweni yami)
Ma kungena'na enhliziyen yam izokhanya baby (yam izokhanya baby)
Ngizimisele uyazibonela nawe (bonela nawe)
Ayikh' int' engekh' ngikwenzele yona

Kodwa why kube nzima ukutshela abakini (Kodwa why kube nzima ukutshela abakini)
Uyangithanda (ngifun'ukwazi)
Sthandwa why kube nzim'ukwazis'abakini (why kube nzim'ukwazis'abakini)
Usumtholile (umtholile)
Mina ngibatshelile (Mina ngibatshelile)
Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana (Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana)

Kodwa why kube nzima ukutshela abakini (Kodwa why kube nzima ukutshela abakini)
Uyangithanda (ngifun'ukwazi)
Sthandwa why kube nzim'ukwazis'abakini (why kube nzim'ukwazis'abakini)
Usumtholile (umtholile)
Mina ngibatshelile
Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana (Nawe sal'ubatshel'ukuthi syathandana)

Mina ngibatshelile
Nawe sal'ubatshela
Ukuthi syathandana
Uuuu - kuth' syathandana