Akeniboneni Madoda


Akeniboneni madoda
Ezintabeni ezimhlophe
Akeniboneni phezul'ezintabeni
Ezintabeni ezimhlophe
Baba nomama uyeye
Hash'elimhlophe, hash'elimhlophe

Yilo lel'elibomvu elalihamb'ubusuku
Hamba lenze nje
Yilo leli mama (Elibomvu elalihamb'ubusuku)
Hamba lenze nje

Elikababa (Elikababa)
Elikababa
Elikababa lihamba lenze nje

Elikababa (Elikababa)
Likamfan'elincane (Elikababa)
Elikababa (Elikababa lihambe lenze nje)

Ngilibonile lenze njena (Elikababa)
Ey mfan'elincane (Elikababa)
Elikababa (Elikababa lihambe lenze nje)

Ezintabeni (Elikababa)
Likamfan'elincane (Elikababa)
Elikababa (Elikababa lihambe lenze nje)

Selihamba lenze njena (Elikababa)
Likamfan'omncane (Elikababa)
Elikababa (Elikababa lihamba lenze nje)

Ulibonile yini na mfan'omncane ihashi likaba
Ulibonile yini na kuleziyantaba lihamba leziya ndlela

Elikababa (Elikababa)
Elikababa ma
Elikababa lihambe lenze nje

Thalala la la la (Elikababa)
Elikababa
Elikababa lihambe lenze nje

Thalala la la la (Elikababa)
Elikababa
Elikababa lihambe lenze nje

Oh lihamba lenze njena (Elikababa)
Elikababa
Elikababa (Elikababa lihambe lenze nje)