Amadlelo
Amadlelo aluhlaza amadlelo aluhlaza
Awasenjalo
Amadlelo aluhlaza amadlelo aluhlaza
Hayi awasenjalo
Hawu buyela kimi wena bo
Hawu buya ungesabi
Ngizokwamukela mina
Ngezandla ezimuhlophe
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Awasenjalo (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Hayi awasenjalo (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Hayi awasenjalo (amadlelo aluhlaza)
Buyela kimi wena bo (buyela kimi wena buya)
Awu buya ungesabi (buyela kimi wena buya)
Ngizokwamukela mina (buyela kimi wena buya)
Ngezandla ezimuhlophe (buyela kimi wena buya)
Buyela kimi wena bo (buyela kimi wena buya)
Awu buya ungesabi (buyela kimi wena buya)
Ungesabi ukubuyela kimi
Ungesabi ukubuyela kimi
Vele ngangikuthanda mina
Namanje ngisakuthanda
Azange ngikuxoshe mina
Nguwe owayihambela
Ungesabi ukubuyela kimi (buyela kimi wena buya)
Ungesabi ukubuyela kimi (buyela kimi wena buya)
Ngizokwamukela mina (buyela kimi wena buya)
Ngezandla ezimuhlophe (buyela kimi wena buya)
Vele ngangikuthanda (buyela kimi wena buya)
Vele ngangikuthanda mina (buyela kimi wena buya)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Oh yhe badlalile ngawe (awasenjalo amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Amadlelo aluhlaza (amadlelo aluhlaza)
Badlalile ngawe mntan' omuntu (awasenjalo amadlelo aluhlaza)
Ngoba amadlelo aluhlaza lawo
Asephelile amadlelo aluhlaza
Awasenjalo buyela kimi wena
Bakulutha ngamanga (buyela kimi wena buya)
Nawe wathatheka mntana womuntu (buyela kimi wena buya)
Bakulutha ngamanga (buyela kimi wena buya)
Nawe wathatheka thathekile (buyela kimi wena buya)
Awu buyela kimi (buyela kimi wena buya)
Buyela kimi (buyela kimi wena buya)
Awu buyela kimi (buyela kimi wena buya)
(buyela kimi wena buya)
(buyela kimi wena buya)
(buyela kimi wena buya)
(buyela kimi wena buya)
(buyela kimi wena buya)
(buyela kimi wena buya)