Buya Sibongile
Weh mam'uMazibula
Ngiyakwesaba mam'uMazibula
Ngokung'hlukanisa nentombi sithandanda
Bengiz'misel'ukumlobol'uSibongile
Yoh intomb'yakwaHlungwane
Ehlala lena kuleziya ntaba zaseNduleni
Uth'ayiqome kwakho, uth'ayiqome kwakho
Uth'ayiqome kwakho
Ngoba mina nguyi hemb'elinye
Uth'ayiqome kwakho, uth'ayiqome kwakho
Uth'ayiqome kwakho
Ngoba mina nguyi hemb'elinye
Uth'ayiqome kwakho
Wena k'uth'ayiqome
Uth'ayiqome
Uth'ayiqome kwakho
Ngoba mina nguyi hemb'elinye
Uth'ayiqome kwakho
Wena k'uth'ayiqome
Uth'ayiqome
Uth'ayiqome kwakho
Ngoba mina nguyi hemb'elinye
Buya Sibongile, buya sthandwa sami
Sihlale ndawonye
Wena wakwami
Buya Sibongile, buya sthandwa sami
Sihlale ndawonye
Wena wakwami (Weh buya njalo)
Asambe
Ngiyophembel'umam'umlilo
Asambe
Ngiyophembekel'ubab'inkobe
Asambe
Ngiyophembel'umam'umlilo
Asambe
Ngiyophembekel'ubab'inkobe
Asambe
Ngiyophembel'umam'umlilo
Asambe
Ngiyophembekel'ubab'inkobe
Buya Sibongile, buya sthandwa sami
Sihlale ndawonye
Wena wakwami
Buya Sibongile, buya sthandwa sami
Sihlale ndawonye
Wena wakwami
Buya Sibongile, buya sthandwa sami
Sihlale ndawonye
Wena wakwami