i'nduku Zami Zasal' Ekhweni


Ngaqonywa intombi yakwaZikalala
Ngaqonywa intombi yakwaZikalala
Yath’angiy'lobole
Ng'the mang'qed’ukuy'lobola

Yakhala yemuka nabantu bomgwaqo
Yakhala yemuka nabantu bomgwaqo
Yakhala yemuka nabantu bomgwaqo

Ngosuk’olulodwa ngafinyelela kumkhwe wami
Sengifuna izinkomo zami zamabheka
Umkhwe wami nosbali wami bang'khipha ngesamaqundwane
bang'khipha ngesamaqundwane

Ngosuk’olulodwa ngafinyelela kumkhwe wami
Sengifuna izinkomo zami zamabheka
Umkhwe wami nosbali wami bang'khipha ngesamaqundwane
bang'khipha ngesamaqundwane

I'nduku zami zasal’ekhweni
I'nduku zami zasal’ekhweni
Ngangiyolandel’inkomo zami zamabheka
Ngangiyolandel’inkomo zami zamabheka

I'nduku zami zasal’ekhweni
I'nduku zami zasal’ekhweni
Ngangiyolandel’inkomo zami zamabheka
Ngangiyolandel’inkomo zami zamabheka

Ngangiyolandel’inkomo zami zamabheka
Ngangiyolandel’inkomo zami zamabheka

Ngizothuma wena mzala wami uyozilanda
Ngizothuma wena mzala wami uyozilanda
Ngizothuma wena mzala wami uyozilanda
I'nduku zami zasal’ekhweni
I'nduku zami zasal’ekhweni

Ngesab’ukuya khona
Bang'khipha ngesamagundwane
Ngesab’ukuya khona
Bang'khipha ngesamagundwane

Ngok'phelekezela ngofike ngihlal’ehlathini ngenhla komuzi
Ngok'phelekezela ngofike ngihlal’ehlathini ngenhla komuzi
Ngok'phelekezela ngofike ngihlal’ehlathini ngenhla komuzi