Mabhungu
He Mabhungu ake nivume kancane
Ma nishaya ingoma yenu
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi
Insizwa eyihleli la endlini
He Mabhungu ake nivume kancane
Ma nishaya nengoma esangweni
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi
Insizwa yifikile endlini
He Mabhungu ake nivume kancane
Ma nishaya nengoma emnyango
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi
Yithi abashayi bengoma
Awuyishaye awushaye ndoda encane
Awuyishaye awushaye uyiphinde futhi
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi
Insizwa eyihleli la endlini
Awuyishaye awushaye ndoda encane
Awuyishaye awushaye uyiphinde futhi
Awuyiphinde awuyiphinde futhi
Yithi abashayi bengoma
He mabhungu ake nivume kancane
Ma nishaya ingoma yenu
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi
Insizwa eyihleli la endlini
Awuyishaye awushaye ndoda encane (baze bavuma kamnandi)
Awuyishaye awushaye uyiphinde futhi (baze bavuma kamnandi)
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi (baze bavuma kamnandi)
Insizwa eyihleli la endlini (abafana basemakhaya)
Awuyishaye awushaye ndoda encane (baze bavuma kamnandi)
Awuyishaye awushaye uyiphinde futhi (baze bavuma kamnandi)
Awuyiphinde awuyiphinde futhi (baze bavuma kamnandi)
Yithi abashayi bengoma (abafana basekhutshweni)
He mabhungu ake nivume kancane (kanti ziphi)
Ma nishaya ingoma yenu (awu lezo ntombi)
Khona iyintombi zizobona ukuthi yithi (akeziphume)
Insizwa eyihleli la endlini (o bezobona thina)
He mabhungu ake nivume kancane(kanti ziphi)
Ma nishaya ingoma yenu (awu lezo ntombi)
Khona iyintombi zizobona ukuthi...