Ngayishela Intombi

Ng'khuluma nentomb'ayivum' madoda
Ng'khuluma nentomb'ayivumi
Yimi lo ngikhuluma nentomb'ayisavum' zinsizwa
Ng'khuluma nentomb'ayivumi
Ivuma kwabanjani? (Ivuma kaboSbali)
Kant'vuma kwabanjani? (Kant'ivumil'esongeni)

Sengikhuluma nentomb'ayisavum' zinsizwa
Ng'khuluma nentomb'ayivumi
Yimi lona ngikhuluma nentomb'ayisavum' madoda
Ng'khuluma nentomb'ayivumi
Ivuma kwabanjani? (Ivuma kuSbali)
Ivuma kwabanjani? (Kant'ivumil'esongeni)

Ngayishela lentombi yathi yesab'usbali
Ngayishela lentombi (aw lentombi) yathi yesab'usbali (yesab'usbali)
Ngayishela lentombi (aw lentombi) yathi yesab'usbali (yesab'usbali)
Ngayishela lentombi (aw lentombi) yathi yesab'usbali (yesab'usbali)

Kwathi ngakusasa ngase sengihlangana nosbal'wayo
Wathi ngingaboshela umlam'wakhe
Ngob'uyala musa

Kodwa kwathi ngakusas'uma sengihlangana nosbal'wayo
Wathi ngingaboshela umlam'wakhe
Ngob'uyala musa

Kodwa kwathi ngakusasa ngase sengihlangana nosbal'wayo
Wathi ngingaboshela umlam'wakhe
Ngob'uyala musa

Kwathi ngakusasa ngahlangana nosbal'wayo