Usizi Lwami
Impilo yami yonke yaziwa nguwe
Mama nobaba
Usizi lwami lonke lwaziwa nguwe
Mama nobaba
Uthando lwami lonke ngilinika wena
Mama nobaba
Mina ngeke ngikhohlwe
Ngoba nguw'ongikhulisile
Mina ngeke ngikhohlwe
Namhla sengiyindoda
Mina ngeke ngikhohlwe
Uma ngigula ungibambe
Mina ngeke ngikhohlwe
Ngoba nguw'ongithandayo
Mama iyo
Ngiyanikhumbula
Baba iyo
Ngiyanikhumbula
Ngeke ngikhohlwe yinina
Noma ningahamb'emhlabeni
Mama iyo
Ngiyanikhumbula
Baba iyo
Ngiyanikhumbula
Ngeke ngikhohlwe yinina
Noma ningahamb'emhlabeni
Impilo yami yonke yaziwa nguwe
Mama nobaba
Usizi lwami lonke lwaziwa nguwe
Mama nobaba
Uthando lwami lonke ngolinika wena
Mama nobaba
Mina ngeke ngikhohlwe
Ngoba nguw'ongikhulisile
Mina ngeke ngikhohlwe
Namhla sengiyindoda
Mina ngeke ngikhohlwe
Uma ngigula ungibambe
Mina ngeke ngikhohlwe
Ngoba nguw'ongithandayo
Mama iyo
Ngiyanikhumbula
Baba iyo
Ngiyanikhumbula
Ngeke ngikhohlwe yinina
Noma ningahamb'emhlabeni
Mama iyo
Ngiyanikhumbula
Baba iyo
Ngiyanikhumbula
Ngeke ngikhohlwe yinina
Noma ningahamb'emhlabeni