Izimpukane Namabungayezi
Thina siyajabula ngob'abantu bayasithanda
Yonk'indawo lapho sihamba khona
Sithandwa zimpukane namabhungayezi
Oh oh nezinyoni
Thina siyajabula ngob'abantu bayasithanda
Yonk'indawo lapho sihamba khona
Sesithandwa zimpukane namabhungayezi
Oh oh nezinyoni
Thina siyajabula ngob'abantu bayasithanda
Yonke ke yonk'indawo lapho sihamba khona
Sithandwa zimpukane namabhungayezi
Oh oh nezinyoni
Thina siyajabula ngob'abantu bayasithanda
Yona yonke ke yonk'indawo lapho sihamba khona
Thina ke sesithandwa zimpukane namabhungayezi
Oh oh nezinyoni
Kumnandi ukujabula madoda
Wozani nizojabula kanye nathi
Hayi injabulo imnandi
Kumnandi ukujabula madoda
Wozani nizojabula kanye nathi
Hayi injabulo imnandi
Kumnandi ukujabula madoda
Wozani nizojabula kanye nathi
Hayi injabulo imnandi
Thina sihamba phezulu kundiza izinyoni
Sihlabelela nelanga likhanya kahle
Thina sihamba phezulu kundiza izinyoni
Sihlabelela nelanga likhanya kahle
Thina sihamba phezulu kundiza izinyoni
Sihlabelela nelanga likhanya kahle