Ngisakuthanda


Wena ntombi ngakushela ngikuthanda
Ngakushela ngikuthanda
Wena ntombi ngakushela ngikuthanda
Ngakushela ngikuthanda
Wena ntombi mina ngakushela ngikuthanda
Ngakushela ngikuthanda
Wena ntombi ngakushela ngikuthanda
Ngakushela ngikuthanda

Nanamuhla ngisakuthanda
Kodwa wena uyangiphoxa
Nanamuhla ngisakuthanda
Kodwa wena uyangiphoxa

Awu yi yelele mama
Awu yi yi yi yi yi yelele mama
Awu yi yelele mama
Awu yi yi yi yi yi yelele mama

Ungitshelukuth'uthando lukhona
Kant'uyangikhohlisa
Ungitshelukuth'uthando yebo lukhona
Kant'uyangikhohlisa

Kudala ngapha ngihlupheka ngawe
Kanti wen'uyangikhohlisa Dali

Mus'ukungiphoxa weh sthandwa sami
Mus'ukungiphoxa weh sthandwa sami

Bengiyomane ngihlale ngingedwa zwi
Bengiyomane ngihlale ngingedwa zwi

Sala kahle sthandwa sami
Sala kahle sthandwa sami yebo

Nanamuhla ngisakuthanda
Kodwa wena uyangiphoxa
Nanamuhla ngisakuthanda
Kodwa wena uyangiphoxa

Awu yi yelele mama (Ntombi woza kimi)
Awu yi yi yi yi yi yelele mama (Hawu ngiyakuthanda)
Awu yi yelele mama (Seng'khal'ezimathonsi)
Awu yi yi yi yi yi yelele mama