Ngashiywa Ubaba


Igama likaSomandla
Thiyiyi, Thiyiyi, Thiyiyi
Weh Msindisi

Baba Msindisi
Thiyiyi, Thiyiyi, Thiyiyi
Weh Msindisi

Igama likaSomandla
Thiyiyi, Thiyiyi, Thiyiyi
Weh Msindisi

Ngashiywa ubaba
Ngashiywa umama
Kwaze kwaphelela nabafowethu
Nkosi yami thath'umoya wami

Ngashiywa ubaba
Ngashiywa ubaba
Ngashiywa umama
Kwaze kwaphelela nabafowethu
Nkosi yami thath'umoya wami

Oh sengifana (Sengifana nesimangu sikamlisi)
Sona esithalaz'engaqweni
Mina sengifana (Sengifana nesimangu sikamlisi)
Sona esithalaz'engaqweni
Mina sengifana (Sengifana nesimangu sikamlisi)
Sona esithalaz'engaqweni

Usizi emhlaben'awu Nkosi yami
Ngiyokhalel'ubani mina
Ngob'angisenabazali hawu ngiyintandane
Ngoshona phi

Oh sengifana (Sengifana nesimangu sikamlisi)
Sona esithalaz'engaqweni
Oh mina sengifana (Sengifana nesimangu sikamlisi)
Sona esithalaz'engaqweni
Oh mina sengifana (Sengifana nesimangu sikamlisi)
Sona esithalaz'engaqweni

Igama likaSomandla
Thiyiyi, Thiyiyi, Thiyiyi
Weh Msindisi

Baba Somandla
Yey weh Msindisi