Khuzani Makhehla
Kwaxaban'izalukazi
Ekuseni kangaka
Ingabe kwenzenjani madoda
Kwaxaban'izalukazi
Ekuseni kangaka
Ingabe kwenzenjani madoda
Khuzani makhehla
Khuzani izalukazi
Asikuthandi lokhu
Lokhu ezikwenzayo
Khuzani (Khuzani makhehla)
Heh bobaba (Khuzani izalukazi)
Asikuthandi lokhu
Lokhu ezikwenzayo
Khuzanini (Khuzani makhehla)
Heh bobaba (Khuzani izalukazi)
Asikuthandi lokhu
Lokhu ezikwenzayo
Helele nina (Bazothin'omakoti)
Helele mama (Zizothin'iyingane eyincane)
Helele nina (Bazothin'omakoti)
Helele mama (Zizothin'iyingane eyincane)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zisala phansi (Zisala phansi)
Oh estimeleni (Estimeleni)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zishayana (Zishayana)
Oh ngamakhanda (Ngamakhanda)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zisala phansi (Zisala phansi)
Oh estimeleni (Estimeleni)
Helele nina (Bazothin'omakoti)
Yebo mama (Zizothin'iyingane eyincane)
Helele nina (Bazothin'omakoti)
Yebo mama (Zizothin'iyingane eyincane)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zisala phansi (Zisala phansi)
Oh estimeleni (Estimeleni)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zishayana (Zishayana)
Oh ngamakhanda (Ngamakhanda)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zisala phansi (Zisala phansi)
Oh estimeleni (Estimeleni)
Oh uma zibona (Uma zibona)
Oh izalukazi (Izalukazi)
Oh zishayana (Zishayana)