Ngilahlekelwe
Mantombazane yekelani
Ukuzenza amadoda
Bosisi yekelani
Mantombazane yekelani
Ukuzenza amadoda
Bosisi yekelani
Mantombazane yekelani
Ukuzenza amadoda
Bosisi yekelani
Uma nigqok'amabhulukwe
Bese nicabang'ukuthi ningamadoda
Uma (Uma nigqok'amabhulukwe)
Bese nina
Bese nicabang'ukuthi ningamadoda
Uma (Uma nigqok'amabhulukwe)
Bese nina
Bese nicabang'ukuthi ningamadoda
Indoda yinkosi yakho
Bohloniph'indoda
Njengobaba wakho
Uyayazi noma kawuyazi
Yihloniphe
Indoda yinkosi yakho
Bohloniph'indoda
Njengobaba wakho
Uyezwa mntanami
Uyayazi noma kawuyazi
Yihloniphe
Uyezwa mntanami
Yikho lokhu nje niswela umendo
Hloniphani amadoda nizothola umendo
Umendo yinto enkulu
Yikho lokhu nje niswela umendo
Hloniphani amadoda nizothola umendo
Umendo yinto enkulu
Yikho lokhu nje niswela umendo
Hloniphani amadoda nizothola umendo
Uma nigqok'amabhulukwe
Bese nina
Bese nicabang'ukuthi ningamadoda
Uma (Uma nigqok'amabhulukwe)
Bese nina