Thokoza Mama
Ungalithatha phi wena
Ishumi leyinkomo nenkom'eyodwa
Uma ungazalang'inkosazan'ekhaya
Ungalithatha phi ndoda
Ishumi leyinkomo nenkom'eyodwa
Uma ungazalang'inkosazan'ekhaya
Ungalithatha phi mfana
Ishumi leyinkomo nenkom'eyodwa
Uma ungazalang'inkosazan'ekhaya
Ulalel'oomama bekikiz'emshadweni (awuzwa)
Bembes'amatyali
Bephethe izinkamba nezivovo
Beth'ukuzal'ukuzelula
Ulalel'oomama bekikiz'emshadweni (awuzwa)
Bembes'amatyali
Bephethe izinkamba nezivovo
Beth'ukuzal'ukuzelula
Thokoza mama
Thokoza mam'ongazalanga (Thokoza mama quzu)
Ngoba wena awutheth'amacala
Awubhek'umaMpangase
Uzel'iyintombi nezinsizwa (Awubhek'umaMpangase)
Kodwa yena ulal'engadlile (Awubhek'umaMpangase)
Thokoza mama
Thokoza mam'ongazalanga (Thokoza mama quzu)
Ngoba wena awutheth'amacala
Awubhek'umaMpangase (Awubhek'umaMpangase)

Ishumi leyinkomo nenkom'eyoda
Uma ungazalang'inkosazan'ekhaya
Ungalithatha phi ndoda
Ishumi leyinkomo nenkom'eyodwwa
Uma ungazalang'inkosazan'ekhaya
Ungalithatha phi ndoda
Ishumi leyinkomo nenkom'eyodwa
Uma ungazalang'inkosazan'ekhaya
Ulalel'oomama bekikiz'emshadweni (awuzwa)
Bembes'amatyali
Bephethe izinkamba nezivovo
Beth'ukuzal'ukuzelula
Hayi
Hayi
Ubaba wangishiyelani ngingenankomo
Ngabe nami ngiyindod'emadodeni