Ubuhle Bezintombi
Ake nibheke zinsizwa
Ubuhle bezintombi
Oh makhosazane
Naze nabahle
Ake nibheke zinsizwa
Yek'buhle beyintombi
Halala makhosazane
Naze nabahle
Angimangali uma ngibona lezinsizwa
Zishayisana ngamakhanda uma kundlula nina zintombi
Zenziwa ubuhle benu makhosazana mama

Halala oha
Um'ufun'ukuthatha nsizwa
Wovel'uthathe
Loyo othandana naye
Ngoba zinhle zonke
Um'ufun'ukuthatha nsizwa
Wovel'uthathe
Loyo othandana naye
Ngoba zinhle zonke
Ngithi um'ufun'ukuthatha weh ndoda
Wovel'uthathe
Loy'uthandana naye
Ngoba zinhle zonke
Kuleminyaka ayisekh'intomb'embi
Kuleminyaka ayisekh'intomb'embi
Ake nibheke zinsizwa
Yek'buhle beyintombi
Oh makhosazane
Naze nabahle
Angimangali uma ngibona lezinsizwa
Zishayisana ngamakhanda uma kundlula nina zintombi
Zenziwa ubuhle benu makhosazana oh mama
Angimangali uma ngibona lezinsizwa
Zishayisana ngamakhanda uma kundlula nina zintombi
Um'ufun'ukuthatha nsizwa
Wovel'uthathe
Loy'othandana naye
Ngoba zinhle zonke