Amasiko


O ngiyakwazisa mkhulu
Owangishiya kulomhlaba
Ngingakayaz'imithetho
Ngingakawaz'amasiko

O ngiyakwazisa mkhulu
Owangishiya kulomhlaba
Ngingakayaz'imithetho
Ngingakawaz'amasiko

O ngiyakwazisa mkhulu
Owangishiya kulomhlaba
Ngingakayaz'imithetho
Ngingakawaz'amasiko

Wang'shiyelani
Wang'shiyelani
Wang'shiyelani
Ngingakawaz'amasiko

Wang'shiyelani
Wang'shiyelani
Wang'shiyelani
Ngingakawaz'amasiko

Wang'shiyelani
Wang'shiyelani
Wang'shiyelani
Ngingakawaz'amasiko

Wo' kodwa ngithi aw'bheke manjena
Kuthi ngihlabel' inkomo endlini
Ngesimanga sokuthi
Angiwaz'amasiko

Nawe malum' aw'sang'sizi
Nawe malum' aw'sang'sizi
Ungifundis'imithetho
Ungifundis'amasiko

Nawe malum'aw'sang'sizi
Nawe malum'aw'sang'sizi
Ungifundis'imithetho
Ungifundis'amasiko

Halala
Halala
Halala
Ungifundis'amasiko

Halala
Halala
Halala