Asjabule


Aw ngaze ngadedela yonk' i-bonus,
Indaba isek'theni nje ng'funa ukuba b'thebelele nawe.
Woza nunu!

As'jabule sthandwa sami,
Skhohlwe ngezinkinga,
Iskhathi sethu dali
As'jabule nunu,
Skhumbule ukuthi siyathandana

Ololo ngiyakunika iskhathi sami
Nginike nawe dali
Asambe siyokwenz'okufunwa uwe
Asambe sokudla i-favourite yakho,
Askhohlwe ngokunye Dali (Dali)
S'jabule so babili yee.

Asbhekane mina nawe, (eh ah eh)
Skhohlwe ngabanye s'bheke eyama nawe, (eh ah haa)
Letha kim' umzimba wakho we Dali eh (eh ah eh)
Sithi nje uk'shona phansi kancane kancane (eh ah)
Namhlanje yimi nawe yimi nawe (ah he ah he)
Izinkinga beka le beka le (eh ah haa)
Asizitike mina nawe (ah he ah he)
Athi ngijike kuATM ngiland'u-cash skhon'ukwenza.

As'jabule sthandwa sami
Skhohlwe ngezinkinga
Iskhathi sethu Dali.
As'jabule Nunu
Skhumbule ukuthi siyathandana
Ololo ng'yakunika iskhathi sami
Nginike nawe Dali.
Asambe siyokwenz'okufunwa uwe, (nanananana)
Asambe sokudla i-favourite yakho
Askhohlwe ngokunye Dali
S'jabule so babili yeah

Mina ngifun'ukwenza sure
Ukuthi ubuthebelele mntakwethu (ah he ah he)
Ngithath'ung'beke kwanhliziyo ngise
Ang'bambek' uma nginawe, ang'bambeki yeah

Namhlanje yimi nawe, yimi nawe. (ah he ah he)
Izinkinga beka le, beka le (nalena eya)
Asizitike mina nawe, (ah he ah he)
Athi ngijike kuATM ngiland'u-cash skhon'ukwenza.

As'jabule Sthandwa sami
Sikhohlwe ngezinkinga
Iskhathi sethu Dali.
As'jabule Nunu
Sikhumbule ukuthi siyathandana
Ololo ngiyakunika iskhathi sami,
Nginike nawe Dali
Asambe siyokwenz'okufunwa uwe (nanananana)
Asambe sokudla i-favourite yakho
Askhohlwe ngokunye Dali (my Dali)
S'jabule so babili yeah

Shona phansi my Dali, ehh
Nakho-ke my Dali,
Jabula nami my Dali, ehh
Nakho ke my Dali.
Shona phansi my Dali, eh
Nakho ke my Dali,
Jabula nami my Dali, eyy
Nakho ke my Dali.

Shona phansi my dali, eh
Nakho ke my dali
Jabula nami my Dali, eh hee
Nakho ke my Dali
Jabula nami Baby
Jabula nami Sweety my Dali
Jabula nami Nunu, eh
Jabula nami Mntakwethu
Eh eh jabula nami!