Ibambeni Madoda
Ibambeni (Heyi heyi weh madoda)
Ibambeni (Heyi heyi weh zinsizwa)
Ibambeni (Heyi heyi weh madoda)
Ibambeni (Heyi heyi weh zinsizwa)
Oh nas'isidudu
Oh salenzinsizwa
Oh sesingikhumbuza
Emgungundlovu
Oh nas'isidudu
Oh salenzinsizwa
Oh sesingikhumbuza
Emgungundlovu
Singikhumbuza leyomini
Izintombi zidlal'ukheth'omthandayo
Sikhumbuza mina (Singikhumbuza leyomini)
Izintombi zidlal'ukheth'omthandayo
Sesikukhumbuzani wena nami (Singikhumbuza leyomini)
Izintombi zidlal'ukheth'omthandayo
Sesikhumbuza mina nawe (Singikhumbuza leyomini)
Izintombi zidlal'ukheth'omthandayo
Ibambeni (Heyi heyi weh madoda)
Ibambeni (Heyi heyi weh zinsizwa)
Ibambeni (Heyi heyi weh madoda)
Bathi ibambeni (Heyi heyi weh zinsizwa)
Aw nas'isidudu
Oh salenzinsizwa
Oh sesingikhumbuza
EMgungundlovu
Sesikhumbuza mina nawe (Oh nas'isidu)
Oh salenzinsizwa
Oh sesingikhumbuza
EMgungundlovu