Inkulu Lendaba


Chorus

Sthandwa sami seminyaka
Zulu lami eliphila emhlabeni
Sthandwa sami seminyaka
Ngolandela njalo uthando lwakho

Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)
Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)

Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)
Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)

Verse

Ngisaba nokuvula amahlo ngikubheke
Nhliziyo yami iyathuthumela
Ngizokuvulela yona ntombi uze uyibheke
Thando luningi kusinda kuyehlela nje

Weeeh ntombi luningi
Butho likaShaka mina ngisempini
Lento sayiqala kudala Leeh ngakithi
Sekufike isikhathi ngikubike edlozini

Uyintombi enhle ethi mayidlula bayibheke
Jeqe jeqe bayijeqeze
Noma ukude ntombi ngiyomemeza nje
Ngyomemeza ezintabeni,
Mangifuna ukukubona ntombi
Ngifuma ukukubona ntombazane nje

Chorus

Sthandwa sami seminyaka
Zulu lami eliphila emhlabeni
Sthandwa sami seminyaka
Ngolandela njalo uthando lwakho

Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)
Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)

Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)
Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)

Verse

Ngihambile umhlaba wonke
Uwena obusenhlizweni yami
Imini nobusuku kuyafana
Ubusa njalo enhlizweni yami

Ngithanda wena
Uwena wedwa
Ngifuna wena
Awu wena wedwa

Chorus

Sthandwa sami seminyaka
Zulu lami eliphila emhlabeni
Sthandwa sami seminyaka
Ngolandela njalo uthando lwakho

Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)
Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)

Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)
Mayeeeeh (Hhemmm)
Mayeeeeh (inkulu lendaba)


Writer/s: Lindokuhe Mnqobi Msimango Nobuhle Khuzwayo