Ngiyakuthanda
Mmmmh uyaqhakaza mbali yami
Mmmh ubuhle bakho abuvamile
Bangakufanisa kodwa akekho onjengawe
Wena sithandwa sam mmmh
Amehlo akho afudumeza umpefumlo wam
Intliziyo yami iyajabula
Umlomo wami awuvumi kuthula
Bangakufanisa kodwa akekho onjengawe
Wena sithandwa sam
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda
Ngiyakuthanda
Eh heeh wena sthandwa sami
Ehh ngiyakuthanda
Ngithanda wena wedwa (ngiyakuthanda)
Ngizithandela ubuhle bakho (ngiyakuthanda)
Ngithi mamatheka ( wena sthandwa sam)
Ngizokuphatha kahle ngikunakekele
Ngitshele lonke ilizwe ngawe dali wam
Intokazi eyangithathela intliziyo yami
Wena sthandwa sam
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Eh heeh wena sthandwa sami
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Smomondiya sami ( ah ah ahh)
Oh baby wami wena sthandwa sami
Oh sthandwa sami
Ukuba nawe nje ilanga elilodwa
Nginganikela konke okwam
Ngingakulinda iminyaka ngeminyaka
Kuhle ke mphefumlo wami
Ngiyakuthanda (ngiyakuthanda)
Oh sthandwa sami (ngiyakuthanda)
Hey heh wena baby (wena sthandwa sam)
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ngizotshela bonke abantu (ngiyakuthanda ( ah ah ahh)
Ukuthi wena (wena sthandwa sami)
Uwine intliziyo yami
Sthandwa sami mmmh
Muntu wami mmh
Moyizela mamatheka