Ungowami

Mina angeke sthandwa sami
(ngikhone ukuphila ngaphandle kwakho)
Nawe angeke mtakwethu
(ukhone ukuphila ngaphandle kwami)
Ngoba mina nawe sinyanda enye

Sinyembe enye mtakwethu (akekho muntu ozosihlukanisa)

(ayaya yay a ya hey)

Mina ngiyohlal' ngibambelele kuwe
Nawe uyohlal' ubambelele kimi
Ngoba sinje sinjena
Sinje sinyanda enye

Uthando lwethu ngeke
Lize luchithwe ngomunye muntu
Ungowami ngingowakho
Uthando lwethu ngeke
Lize luchithwe ngomunye muntu
Ungowami ngingowakho

(angeke ngilunge)
(angeke ngiqonde ukuphila ngaphandle kwakho)

Sinje sinyama enye