Uyazi Phuzela


Umthande waz’ukuth’uyaziphuzela
Senibangani manje
Nixabanelani

Umthande waz’ukuth’uyaziphuzela
Senibangani manje
Nixabanelani

Umthande waz’ukuth’uyaziphuzela
Senibangani manje
Nixabanelani

Akavuki yini na
Ma edakiwe
Uyakhohlwa yin’umsebenzi
Ma edakiwe
Akadlisi yini na
Ma edakiwe
Senibangani manje
Nixabanelani

Akavuki yini na
Ma edakiwe
Uyawukhohlwa yin’umsebenzi
Ma edakiwe
Akadlisi yini na
Ma edakiwe
Senibangani manje
Nixabanelani

Umthande waz’ukuth’uyaziphuzela
Senibangani manje
Nixabanelani

Umthande waz’ukuth’uyaziphuzela
Senibangani manje
Nixabanelani

Akavuki yini na
Ma edakiwe
Uyawukhohlwa yin’umsebenzi
Ma edakiwe
Akadlisi yini na
Ma edakiwe
Senibangani manje
Nixabanelani

Senibangani manje
Umshayelani