Zonke Sezendile
Hey wena Nonhlanhla
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Ngithi hey wena Nonhlanhla hey wena
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Ngithi awu wena Nonhlanhla
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Aw wena Nonhlanhla yey wena
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Njalo ngonyaka nonyaka
Wena uqoma kaningi
Awukwazi
Ukuthola umkhwenyana oqondile
Ubaba wakh'akwaz'ukuthol'izinkomo
Njalo ngonyaka nonyaka
Wena uqoma kaningi
Awukwazi
Ukuthola umkhwenyana oqondile
Ubaba wakh'akwaz'ukuthol'izinkomo
Hey wena Nonhlanhla yey wena
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Hey wena Nonhlanhla ngithi yey wena
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Ngithi hey wena Nonhlanhla yeh mntakababa
Awuyeke ukuqoma kakhulu
Njalo ngonyaka nonyaka
Wena uqoma kaningi
Awukwazi
Ukuthola umkhwenyana oqondile
Ubaba wakh'akwaz'ukuthol'izinkomo
Njalo ngonyaka nonyaka
Wena uqoma kaningi
Awukwazi
Ukuthola umkhwenyana oqondile
Ubaba wakh'akwaz'ukuthol'izinkomo
Awubheke khona manje
Lezingan'eziz'emuva kwakho
Zonke sezendile
Awubheke khona manje
Lezingan'eziz'emuva kwakho
Zonke sezendile
Wosala nkosazane zonke sezendile
Wosala zenda zamshiya zonke sezendile
Wosala nkosazane kababa zonke sezendile
Wosala zenda zamshiya bo zonke sezendile
Wosala mntakababa zonke sezendile
Wosala zenda zamshiya zonke sezendile
Wosala nkosazane zonke sezendile
Wosala njalo zonke sezendile