Emkhathini
Ngamutshela ngathi
Mntana womuntu ngiyakuthanda
Uma ungangithanda nawe wo
Sohlukaniswa yikufa nami
Ngamutshela ngathi
Mntana womuntu ngiyakuthanda
Uma ungangithanda nawe wo
Sohlukaniswa yikufa nami
Ngamutshela ngathi
Mntana womuntu ngiyakuthanda
Uma ungangithanda nawe wo
Sohlukaniswa yikufa nami
Uma ngibuka amafu
Ngathi azovuleka ngombone
Kodwa akekho lapho wo
Yehla ngilozi yami yezulu
Uma ngibuka amafu emazulwini
Ngathi azovuleka ngombone
Kodwa akekho lapho wo
Yehla ngilozi yami yezulu
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Wangibuza mama
Ethi mntanami uyagula yini
Ukudla ukulokhe kuphekwe izolo
Wena akaze ukudle
Noma ucabanga lentombazane yini
Wangibuza mama
Ethi mntanami uyagula yini
Ukudla ukulokhe kuphekwe izolo
Wena akaze ukudle
Noma ucabanga lentombazane yini
Uma kungathiwa iphesheya kwezibane
Mntanami ungenzenjani
Njengoba ungasadli nokudla nje
Uma kungathiwa iphesheya kwezibane
Mntanami ungenzenjani
Njengoba ungasadli nokudla nje
Ngathi mama
Nami ngangisuka ngiyilandele
ngoba ngiyayithanda mama
Ngathi mama
Nami ngangisuka ngiyilandele
ngoba ngiyayithanda mama
Ngathi mama
Nami ngangisuka ngiyilandele
ngoba ngiyayithanda mama
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona
Thando luhleli emkhathini
Alukafinyeleli lapho luyakhona
Lapho engaluthumela khona