Wangisiza Baba


Bengingomunye obesethembel' esbhanyini
Wafika ubaba kimi ebusuku ngilele
Wathi mntanami we ngani yami
Imbi lento yokuthi uphath' isbhamu

Bengingomunye obesethembel'esbhanyini
Wafika ubaba kimi ebusuku ngilele
Wathi mntanami we ngani yami
Imbi lento yokuthi uphath' isbhamu

Baba ungenile kumina kimi
Mina ngakuzwa konke okusho kimi
Mina ngiyizwile yonke imiyalo yakho
Wangisiza baba wangibonisa indlela

Baba ungenile kumina kimi
Mina ngakuzwa konke okusho kimi
Mina ngiyizwile yonke imiyalo yakho
Wangisiza baba wangibonisa indlela

Wangisiza ubaba wangehlukanisa
Nezono zami
Wangisiza ubaba wangehlukanisa
Nemikhuba yami emibi

Wangisiza ubaba wangehlukanisa
Nezono zami
Wangisiza ubaba wangehlukanisa
Nemkhuba yami emibi

Wangisiza uBaba wang'susa kwizono
Wangifaka embusweni wakhe ngabon'izulu
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
Oh uyiNgqonqo baba

Wangisiza ubaba wasusa kuyizono
Wangifaka embusweni wakhe ngabon' izulu
UyiNgqonqo
Uyingqonqo
Uyingqonqo
Oh uyiNgqonqo baba

Wangisiza uBaba wang'susa kwizono
Wangifaka embusweni wakhe ngabon'izulu
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
Oh uyiNgqonqo baba
(Ngibhale nami Nkosi yami)

Thana nananana nanana
Thana nananana nanana
Thana nananana nanana
Thana nana
Thana nana

Thana nananana nanana
Thana nananana nanana
Thana nananana nanana
Thana nana
Thana nana

Wangisiza uBaba wang'susa kwizono
Wangifaka embusweni wakhe ngabon'izulu
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
Oh uyiNgqonqo baba
(Ngibhale nami Nkosi yami)

Baba ungenile kumina kimi
Mina ngakuzwa konke okusho kimi
Mina ngiyizwile yonke iminyalo yakho
Wangisiza baba wangibonisa indlela

Baba ungenile kumina kimi
Mina ngakuzwa konke okusho kimi
Mina ngiyizwile yonke iminyalo yakho
Wangisiza baba wangibonisa indlela
(Zaba mhlophe qhwa)

Wangisiza uBaba wang'susa kwizono
Wangifaka embusweni wakhe ngabon'izulu
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
Oh uyiNgqonqo baba
(Ngibhale nami Nkosi yami)

Wangisiza uBaba wang'susa kwizono
Wangifaka embusweni wakhe ngabon'izulu
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
UyiNgqonqo
Oh uyiNgqonqo baba
(Ngibhale nami Nkosi yami)