Imali


Yazi kunzima kanjani ukuthand' umuntu mama
Uqala ukumbona ungeke uphind' umbone
Yazi kunzima kanjani ukuthand' umuntu mama
Uqala ukumbona ungeke uphind' umbone
Yazi kunzima kanjani ukuthand' umuntu baba
Uqala ukumbona ungeke uphind' umbone

Ntaba ezikude zingu masithela kimi
Ngokunsithel' ingani yabantu
Ngayibona kuwe emahlabathini
Ntaba ezikude zingu masithela kimi
Ngokunsithel' ingani yabantu
Ngayibona kuwe emahlabathini

Anginayo imali anginayo imoto
Kodwa ngiyafisa ukubuyela ngiyombona
Anginayo mali anginayo imoto
Kodwa ngiyafisa ukubuyela ngiyomfuna

Kodwa ngiyafisa ukubuyela ngiyombona
Kodwa ngiyafisa ukubuyela ngiyomfuna
Anginayo mali anginayo imoto
Kodwa ngiyafisa ukubuyela ngiyombona

Ntaba ezikude zingu masithela kimi
Ngokunsithel' ingani yabantu
Ngayibona kuwe emahlabathini

Mina ngiyathemba ukuthi abake babonana
Bayophinde babonane futhi
Ngelinye ilanga
Ukube ngathatha i cell number yakhe
Ngabe ngiyamfonela mina
Ukube ngathatha i cell number yakhe
Ngabe ngiyamfonela mina