Ngake Ngaboshwa
Iyeya yeye
Iyeya yeye
Iyeya yeye
Ngake ngabosha mina ye mama
Wo ngake ngabosha mina ye Mama
Iyeya yeye
Iyeya yeye
Iyeya yeye
Ngake ngabosha mina ye mama
Wo ngake ngabosha mina ye Mama
Bathi mangingena ejele
Zathi iyiboshwa woza nabo baba
Zathi madala stokisi one side
Zathi wena ima ke one side
Bathi pompa sboshwa
Besiqhuma impama
Bathi pompa sboshwa
Besiqhuma impama
Bathi mabebamba mina
Bathi babambe utisha omkhulu
Kanti mina angazi lutho
Bathi mabebamba mina
Bathi babambe utisha omkhulu
Kanti mina angazi lutho
Bathi mabebamba mina
Bathi babambe utisha omkhulu
Kanti mina angazi lutho
Mina ngiboshelwa into engingayazi
Kwasizakala abamaphepha
Kwasizakala nabangangithandi
Kwasizakala abamaphepha
Kwasizakala nabangangithandi
Kwaphoxakala nabalandeli bethu
Bathi mabebamba mina
Bathi babambe utisha omkhulu
Kanti mina angazi lutho
Hawu yeyeni
Icala limbula ingubo lingene
Masaphilaa emhlabeni
Ngifundile mina
Hawu yeyeni
Icala limbula ingubo lingene
Uphilaa emhlabeni
Noma ngabe ungubani
Kwasizakala abamaphepha
Kwasizakala nabangangithandi
Kwaze kwaphoxakala nabalandeli bethu